Boost

Inganekwane

I-FGS i-STI.

Abashadikazi embhedeni.

Iqiniso

I-FGS akusona isifo esithathelwana ngocansi. I-parasite ebangela i-FGS ayikwazi ukudluliselwa ngocansi. Ingadluliselwa kuphela ngokuthinta amanzi angcolileyo. Kodwa-ke, ezinye zezimpawu ezivame ukuhlotshaniswa le-FGS, njengezilonda esithweni sowesifazane noma ukungakhululeki, zingaphosa zifanane lezimpawu ze-STI. Ngenxa yalokho, abasebenzi bezempilakahle abangakaze bezwe nge-FGS bangase bacabange ukuthi yi-STI.